Echo maritzburg 7 aug 2014

Page 1

www.echopmb.co.za

@echokzn

PMB Echo

maritzburg

echo@witness.co.za

with

70 000 copies delivered to Pietermaritzburg CBD, Edendale, Howick and Mpophomeni. Don’t miss a chance to advertise in the next issue.

Contact Gift Majola on 033 355 1343

Aids helpline 0800­012­322

ECHO

FREE

HANDBAGS Variety of backpacks and Duffel bags to choose from

240

00

August 7, 2014

Your 24/7 local connection

UMnuz Bhekinkosi Ma­ khathini ekhomba ifasitela lakwakhe, athi useke wabanjwa ugesi elithinta.

Badlikiziswa ugesi ongabonwa >> Umphakathi awazi ukuthi wenze njani ngoba uthi no­Eskom uyahluleka ukusiza NOKULUNGA NGOBESE

>>nokulungan@myecho.co.za

U

SABELA ukuphepha kwawo umphakathi wase-Phase 3 endaweni yase-France, kulandela ukudlikiziswa ugesi onamandla izinsuku zilandelana. Amalunga omphakathi akhulume naleli phephandaba athe asesaba ngisho ukuthinta amanzi ngendlela logesi onamandla ngayo, futhi ubabamba kakhulu lapho bethinta amanzi.

Councillors warned not to interfere with employment

Emasontweni amabili iqalile ukuba khona le nkinga endaweni, ingaphezu kweyishumi imindeni esithintekile. Ilunga lomphakathi elikhulume naleli phephandaba uMnuz. Bhekinkosi Makhathini uthe le nkinga iqaleemvakokubalendawoikeyaphelelwa ugesi isikhathi eside. Uqhube wathi yize u-Eskom eseke wathumela abazobheka inkinga, bebefika bangatholi lutho. “Sihlalele ovalweni, ikakhulukazi thina esinezingane. Kumele siqikele-

le ngaso sonke isikhathi ukuthi sigqoka izicathulo, uma sihamba ngaphakathi endlini. Yize usibamba kakhulu uma sithinta izinto zikagesi, izinga liya ngokunyuka manje, njengoba usibamba ngisho sivula amafasitela. “Siyasola ukuthi likhona iphutha elikhona kwa-Eskom, okwenza ukuthiintambokagesiingafinyelelingendlela kule ndawo.” UNkkNtathuJebetwaneutheyena usesaba ngisho nokugeza, ngoba logesi uba namandla ngisho esemanzi-

ni.

“Ngisho ngivula umpompi, kumele ngiwubambe ngendwangu, ngoba ngibalekela ukuthi ngiwuthinte ngezandla. Sesize sakhetha ukugezela endishini, ngoba ebhavini ilapho kuyingozi khona. Uma ngizothinta isitofu, kumele ngiqale ngicime odongweni, ngaphambi kokuthi ngibase,” kusho yena. Amalunga omphakathi akhale kakhulu ngezinto zikagesi okubalwa kuzo ama-ayina, amafiliji, izitofu nemishini yokuwasha. UNksz Jabu

Sithole yena uthe ngisho esula phansi ngamanzi, akaqedi engazange abanjwe ilo gesi. Uthe: “Sinezingane ezithanda ukudlala, zibuye zibambe nezingcingo. Uma le nkinga ingasukunyelwa manje, kuzogcina kuphume isidumbu. Futhi uma sibiza u-Eskom, ufike ubheke kulowo muzi onenkinga kuphela.” Yehlulekile imizamo yaleli phendandaba yokuthola ukuphawula kwe-Eskom kwaze kwashaya isikhathi sokushicilela.

NQOBILE MTOLO

The municipality has just received a R2.7 million incentive grant for the Department of Public Works to hire 150 EPWP temporary staff in performing street sweeping, grass cutting and alien vegetation control, spraying and cleaning of gutters, clearing of illegal dumping, general maintenance of municipal halls and the maintenance of municipal swimming pools. Councillor Judith Lawrence alleged that there are people who have been referred to their ward

councillors for hiring of temporary staff. “This is causing a lot of conflict and confusion,” she said. Councillor Thulani Xulu said that this issue has not been resolved for years. “For us as councillors, we do not get involved in these issues. [DA caucus leader Bill] Lambert knows how disrupted the previous council was when it comes to these issues. Let us leave this to the officials,” said Xulu.

Municipal manager Mxolisi Nkosi saidthatthereisadatabaseforpeople eligible for the EPWP employment, but said that this has been abused in the past. “Whenever we need general workers for two to three months, we pull from this database,” said Nkosi. Mayor Chris Ndlela urged people who have information concerning councillors who are directly involved in the hiring processes of EPWP temporary workers to report such cases to the municipal manager’s office.

>>nqobile@pmbfever.co.za THE Msunduzi Municipality Executive Committee (Exco) is calling upon all councillors to refrain from the hiring processes of the Expanded Public Works Programme (EPWP) temporary staff. EPWP is a government poverty and unemployment alleviation programme, aimed at hiring people on a temporary basis to tackle social activities.

URBANART Over 45 Colours to choose from

Thunderbird

Various Styles and Colours

Various Styles and Colours

• Sizes: 6-10

Selected Colours Reduced to

From

499,95

180,00

420,00

Variety of colours

403 Church Street Tel: 033 342 2466 Cell: 083 733 8335 www.modwayshoes.com

P.U. (Canvas Hi-Top - R250)

WEEJUNS

VARIOUS STYLES

Duramo Sandal

EXPERT SHOE REPAIRS | LAY-BYES ACCEPTED | DEBIT/CREDIT CARDS ACCEPTED | E&OE LOW AND CHUCK TAYLOR VARIOUS COLOURS

• Black • Burgundy • Size: 5-12

From

199,95

299,95


Turn static files into dynamic content formats.

Create a flipbook
Issuu converts static files into: digital portfolios, online yearbooks, online catalogs, digital photo albums and more. Sign up and create your flipbook.