MEANINGS OF SOCIAL COHESION - ADV. THABISO
VOLUME 5 - ISSUE #10 - 09 MARCH 2018
Mapepeza Newspaper
Editor: (078)221 8002 Adverts: (083)758 3892 Email: info@mapepezamedia.co.za
@mapepeza_media issuu.com/mapepeza
FREE! MAHALA!
TAKE ONE!
READ AND SHARE!
PHAMBILI NGE HARAMBEE!
Amabhasi wase-Ekurhuleni ashayelwe ihlombe ngokubonelela abantu abaphila nokukhubazeka!
BY Nkululeko Xaba
Ukunethezeka, ukuphepha nokuba semgangathweni. Yizo zonke izinto ezitholakala kuloluhlobo lwamabhasi amasha anemizila ekhethekile esesigabeni sokuqala (1st phase) lwe-Integrated Rapid Public Transport Network, ngamafuphi IRPTN. NgoLwesithathu, ngezi-7 Mashi, izinkumbi zabantu abaphila nokukhubazeka bagibele loluhlobo lwamabhasi eBRT endaweni yase-RTJ Namane Drive kwelase-Tembisa; obekuyingxenye yokuhlola ukuthi selikulungele yini ukuthutha abagibeli abasebenzisa izihlalo zabakhubazekile, abangaboni emehlweni nabantu abangezwa ezindlebeni. OliLungu lesiGungu sikaMeya kwezokuThutha nokuHlela edolobheni laseEkurhuleni, uMnumzane Khansela Petrus Mabunda, nguyena obehola loluvivinyo kanye nokubukezwa kwalo kulandelwa imigomo yeUniversal Design Access Plan ngamafuphi i-UDAP. I-UDAP (imele Universal Design Access Plan) yilona el-
Lendaba iyaqhubeka ku-page 3 UMFANEKISO OGCINIWE: Lomfanekiso ongezansi ukhombisa UMnumzane Petrus Mabunda, onguMphathi omkhulu kwezokuThutha nokuHlela esiza uNkosazana Zanele Zwane ngesikhathi ehla ebhasini le-BRT ezohlola ngenqola yakhe yabakhubazekile.
GAUTENG, MPUMALANGA FINANCE MECS SHARE BUDGET PLANS FOR 2018/19
Page 5
REMEMBER ROBERT SOBUKWE! Two part series concludes
Page 11
Lesedi Terminal Project Public Announcement and Opportunities
Page 8 & 9
DO YOU KNOW YOUR AFRICAN COUNTRIES?
Paper Play inside!