DISTRIBUTED IN TOWNSHIPS/COMMUNITIES OF : • SEDIBENG DISTRICT • CITY OF EKURHULENI • DIPALESENG MUNICIPALITY (BALFOUR) • CITY OF JOHANNESBURG
“SHABBA” NOW INTERNATIONAL!
VOLUME 5 - ISSUE #34
FOLLOW/LIKE US @mapepeza_media
07 SEPTEMBER 2018 CONTACT US Editor: (078)221 8002 Adverts: (083)758 3892 info@mapepezamedia.co.za www.mapepezamedia.co.za
VISIT US Sedibeng: 66 Voortrekker Str, No.13, (Beares Building), Heidelberg, 1438 Ekurhuleni: Cnr Maphike & Motaung Str, No. 6, (Phalime Pharmacy), Katlehong, 1431
MAPEPZA SPORTS - BACKPAGE
Ukudla osekubolile nombombayi ezitolo zabokufika!
ZIBOLILE!
IZIMPAHLA ZOMGUNYATHI GAUTENG HOSTS CITIES OF THE WORLD! Page 9
MAPEPEZA NEWSPAPER FOR EVERYONE ON THE WORLD WIDE WEB!
Uhulumeni wase-Ekurhuleni ligasele ezitolo lingalindelwe ezisemphakathini wase-Reiger Park ngoLwesine, mhlaka- 30 kuNcwaba, lapho izikhulu zedolobha zibhadame izimpahla ezibolile esezedlulelwe isikhathi kanye nosikilidi owumbombayi uthengiswa ezitolo zabantu bokufika. Izikhulu zoMnyango wezaseKhaya eziphathelene nabahlali abaphuma kwamanye amazwe zibophe abantu abangama-27 abebengenazo izimvume zokuba kwelengabadi mayelana nokutholwa nezimpahla zomgunyathi (osikilidi nokudla). Lomkhankaso owumbimbi ubuholwa oyiMeya yase-Ekurhuleni UMnumzane Mzwandile Masina, okubandakanya UMnyango wezaseKhaya, umbutho wamaPhoyisa kanye neziphathimandla zase-Ekurhuleni. Kuphindwe kwaboshwa abanye abanini-zitolo abahlanu ngenxa yokuphazamisa umthetho wabafuduki bangaphandle ngokuqasha emsebenzini abantu abangenazo izimvume zokusebenza kuleli laseMzansi. “Zibalelwa kwezilishumi nantathu izitolo ezihloliwe, kwathi eziyishumi nambili zanikwa izincwadi zokushushiswa ngoba behlulekile ukukhipha incwadi yemvume. Zivalwe zonke lezizitolo mathupha,” kubika ithimba lombimbi kwisitatimende esikhishiwe.
Izindaba iyaqhubeka ku Page 2
PROTESTS AND LOOTING IN RATANDA
LITHEKO TSA MAFURA LI TLA LULA LI SA FETOHE KA KHOELI EA LWETSE!
Page 3
Page 5
Read the digital copy of Mapepeza online... www.issuu.com/ mapepeza
Download the Issuu app on your smartphone to read, save and share content inside every Mapepeza!
F R E E Do wnload