Hillcrest fever 01 11 16

Page 13

Bathokozise abafundi ngezidlo

Bacele izibusiso kuNyazi lweZulu

1 November 2016

hillcrest

FEVER

NOSIPHO MKHIZE nosipho.mkhize@media24.com

Amalungu ebandla ez­ ibika eNko­ sini yaseBuh­ leni. PHOTO: SIT­ HUNYELWE

ABASEBENZI base Hirschs eHillcrest bathokozise abafundi nothisha base Focus on iThemba eHillcrest benikelela ngama phasela okudla angama88 ngesikhathi kubungazwa usuku lwe- World Food Day. Okhulumela abakwa-Hirsch’s uNks Taryn Taylor uthe: “Abasebenzi basebenzise isikhathi sabo nabafundi

ISIZULU

13

beba gqugquzela ngokuningi. Lokhu esikwenzile kungezinye zezindlela zokuthuthukisa umphakathi. Kube usuku olumnandi kakhulu ngoba abafundi bebe khombisa ukujabula Uma uthanda ukwazi kabanzi noma ufuna ukunikela kwi-Focus on iThemba xhumana no-Rieva McMurtrie enombolweni ethi 031 710 1800 noma uye kwikhasi labo le-webiste elithi: www.focusonithemba.org. Abantwana be­Focus on iThemba bethokozela izipho noNks Taryn Taylor. ISITHOMBE: SITHUNYELWE

ANDILE SITHOLE Andile.Sithole@media24.com

B

APHUME ngobuningi babo abazalwane bebandla lamaNazaretha elidume ngokuthi ikwaShembe kufike umholi webandla ohlangothini lwase Buhleni iNkosi uNyazi LweZulu luhambele eHambanathi oThongathi ngesonto eledlule. Inkonzo yasekuseni ibise ethempelini iDumiseka Baba Wethu okuyindala lapho umholi walelibandla evamise ukufika njalo agobe amadlangala ngaphambi kokuqhubeka nohambo lwaminyaka yonke oluya eShowe. UMkhokheli wasethempelini elingumakhelwane eMqhawe uNkk Thembelihle Madladla-Ngubane

uthe: “Kuye kuthi njalo ngenyanga kaMfumfu (October) uma uBaba edlula eya eJudiya bese edlule lapha oThongathi aphumule. Lokhu ukwenza ngoba noBabamkhulu ongumsunguli webandla lamaNazaretha wayejwayele ukuthi njalo uma edlula lapha oThongathi bese ephumula kulendawo. Kuhambe kwahamba abantu bendawo bagcina sebeyenza igugu lendawo. Kuqalwe ngenkonzo kaVukanathi kwase kuthi ngemuva kwayo abantu base bethola ithuba lokuzibika eNkosini.” AmaNazaretha aqhamuka ezindaweni ezakhelene neHambanathi abephume ngobuningi bawo ezothamela inkonzo eqale ngo-9 ekuseni kuya ku-11 emini, abantu belokhu bethelekile ngaphakathi ethempelini bezobika izinkinga zabo.

PHOTO: SITHUNYELWE

Umholi webandla ohlangothini lwa­ se Buhleni iNkosi uNyazilwezulu Shembe ngesikathi ehambele eThongathi. Phakathi kwabebe hambele lomkhuleko bekukhona namalungu omphakathi angakhonzi kuleli bandla ezocela izibusiso.

ISITHOMBE : SITHUNYELWE

Abafundi be­Focus on iThemba noNks Joewell Pillay.

Amazwibela omcimbi wobuiko nama Siko

Ube yimpumelelo owe­SPCA

NOSIPHO MKHIZE

ABE Kloof and Highway SPCA badlulise ukubonga kwabakwa Virgin Active eWestville ngokugqugquzela ikilasi lapho bebe jima khona. Babonge

NOSIPHO MKHIZE nosipho.mkhize@media24.com

nosipho.mkhize@media24.com UMTAPOWOLWAZI wase Clermont ugqugquzele umcimbi lapho umphakathi ubukhangisa ngemisebenzi yezandla. Abafundi bezikole ezehlukene baphethe umcimbi ngokunandisa ngomculo nemidanso.

ISITHOMBE: NOSIPHO MKHIZE

Abantwana base nkulisa i­Abantwana be­Afrika ese Clermont bebe nandisa kulo mcimbi.

nabakwa Talkhouse Restaurant abebe yingxenye yomjaho obuhlose ukunikelela ukudla kwezinja zase-SPCA. OKhulumela abakwa SPCA uNks Lisa Mörck uthe ubonga bonke abaxhasile nabebe yingxenye yalo mcimbi obuhlelwe abakwa-Virgin Active.

ISITHOMBE: SITHUNYELWE

UMnuz Mondli Sithole, uNks Dee Archak, uNks Sane Sithole noMnuz Joseph Duma.

VRepair Cell Centre Clinix

ISITHOMBE : NOSIPHO MKHIZE

UNks Nokulunga Sikhakhane noNks Zandile Gabela.

Repair

While

UNks Damtie Sikhakhane, uNks Edgnah Dlamini noNks Nomvula Mvuyane.

Computer accessories and repairs (Opposite Game, next to Cell C)

You Wait

ISITHOMBE: NOSIPHO MKHIZE

Watercrest Mall Repairs to all kind of Cellphones, Smartphones, Tablets and iPads

ISITHOMBE: NOSIPHO MKHIZE

Umbukiso wosuku obuwenziwe abasebenzi base Clermont Library.

ISITHOMBE: NOSIPHO MKHIZE

UMnuz Simphiwe Mncwane noNks Fikile Mkhize.

All accessories, chargers, tempered glass, batteries, pouches, hands-free also available in-store

Tel: 031 763 1175

Cell: 074 567 6995 E-mail: vcell.watercrestmall@gmail.com


Turn static files into dynamic content formats.

Create a flipbook
Issuu converts static files into: digital portfolios, online yearbooks, online catalogs, digital photo albums and more. Sign up and create your flipbook.