1 minute read

Clayville Laundry Creates Employment for Youth

Isiqinisekiso salokhu siyadingeka uma ufaka isicelo sesikole noma izibonelelo zikahulumeni.

– Joblessness is high in South Africa but for Dennis Vundla (29) this was not game over as he found a niche in his community and started a laundry business to make a living. Vundla, a resident of Clayville Ext 26, started his business in 2016.

Ikhadi lokugoma ulinikwa ngesikhathi uqeda nje ukubeletha umntwana, uma sebekudedela.

Leli khadi lineshadi elikhomba indlela eya empilweni ekukhombisayo izikhathi lapho umntwana wakho okumele agonywe ngazo, ngakho-ke kubalulekile ukuthi

• Izingane ziyogonywa ngokweminyaka yazo.

• Uyokwaziswa ukuthi uyokwenzenjani uma ukugoma kudala inkinga ethile enganeni (kwesinye isikhathi baba nemfiva emva kokugoma, kumele wazise umhlengikazi uma ingane yakho ingezwani namaqanda). • Uyobe sewunikwa usuku olulandelayo lomgomo.

The Olifants News subscribes to the South African Press Code, which prescribes news that is truthful, accurate, fair and balanced.

Tel: 011 484 3612/8

Fax: 011 484 3619 www.presscouncil.org.za

If we don’t live up to standards set out in the Code, please contact the Press Ombudsman at the Press Council on: Tel: 011 484 3612/8 Fax: 011 484 3619 www.presscouncil.org.za

Izingane eziningi zishona zingakahlanganisi iminyaka emihlanu ikakhulukazi ngenxa yokuthi azigonyelwanga izifo zezingane. Ngaleso sizathu uMnyango WezeMpilo ugqugquzela bonke omama ukuba baqinisekise ukuthi izingane zabo zithola yonke imigomo ngesikhathi esifanele. Ukugoma kuqinisa amasosha leli khadi uligcine endaweni ephephile ngoba liyodingeka njalo uma ingane yakho iyogonywa.

Okumele ukwenze

Staff Writer

This article is from: